Ubuhlobo Obunobudlel wane phakathi kwabantu


Sikholelwa ukuthi inkululeko yomuntu ibalulekile ngaphambi kokuba sibe nokuthula.

Sikholelwa ekutheni simele ukuphila imigomo yethu empilweni yansuku zonke. Uma ukholelwa ekulinganeni kufanele uphathe abantu njengozakwenu ngamandla akho wonke. Ngisho isihluku sika Karl Marx kubasebenzi bakhe nakumkakhe akwemukelekile. Akekho umuntu ongaphezi komunye.

Indlela abantu abaphathana ngayo iyona eyenza umphakathi wonkana. Kulomphakathi osangene njengalona abantu bayahlukumezana.

Ngaphambi kokugovuzeka komphakathi akukwazeki ukuqoka ukuphila sengathi ungokhululekile. Umphakathi angeke wakuvumela! Kuze kube umphakathi uyagovuzeka kukuthina ukuziphatha njengabantu abaphilile emhlabeni ophilile ngandlela zonke. Nakuba kulukhuni ngosizo oluncane esiluthola kubangani akulukhuni ukukhula sibe wutho olungcono kunalesimo sobunswelaboya lomphakathi ozama ukusigcina kuwo. (

UKUNGALINGANI AKUYONA IMVELO. SONKE SIZALWE SILINGANA. NJENGABANTU SIWUTHO OLULINGANAYO. SINEZIPHIWO, IZIDINGO NOKULANGAZELELA OKUNGEFANI KODWA SISENGABANTU. UKUNGALINGANI AMANGA ABAWASEBEZISAYO UKUCHAZA UKUCEBA KWABO NOBUMPOFU BETHU

Umbhali akaziwa

UMNDENI WONDLOVUKAYIPHIKISWA

Kunenkolelo loluhlobo lombuso nokucekela phansi ubuntu kwansukuzonke, kungukucweba komndeni nobungcwele bomama.

Abantu besifazane banamuhla balelwa ukuba bangafakwa ngamakhanda ekubeni ngomama engazuthi yikhona kuphela abangakwenza. Namuhla abesifazane bazabalaza nsukuzonke ukuba abesifazane nezingane bangacindezelwa abesilisa, okuyinqubo yomndeni yalesisikhathi.

Isimo sempela sempilo yomndeni yahlukile kunalenqubo yesimanje manje. Ukuhlukumeza abesifazane, ukudlwengula kanye nokuhlukumeza izingane ngokocansi. Akusiyo ingozi noma izenzo ezingavamile kungexa yenqubo yomndeni kanye nabezindaba.

UKUZE KUBE NOKUKHULULEKA KANYE NOKULINGANA NSUKUZONKE NGEKE KUBEKHONA INKULULEKO NOKULINGANA KUNGEKHO.

Uma amandla ebalulekile kunokwaneliseka empilweni yakho yocansi, amandla ayokwahlulela impilo yakho yonke.

Mela athando olukhululekile. Uma lingakhululekile, akusilo uthando.

Ontamolukhani bakhuluma kakhulu ngesimilo socansi kanye nokuhlanzeka. Ngisho nokuhlanza ko hlanga kuwumqondo wocansi. Kume pheza kovalo "lwezinhlanga ezingaphansi", loluvalo lusabisa ababandlululi ekuphatheni ucansi namandla.

Ababandlululi bayabuza bathi, "Ungavuma indodakazi yakho igane olunye uhlanga?" Bangobani bona ukuba banqumele amadodakazi abo ukuba alalenobani?

Ama-Anarchists awakholelwa emshadweni wesonto. Abamukeli ukuzigaxa kwesonto kanye nohulumeni mayelana nokulalana kwabantu.

Ukufudumala noma ukuthembeka kwemizwa kwabantu abadala kanye nezingane akufumaneki emshadweni yomthetho nobunye phakathi kwezilili,

kunobuhlobo okungebona obobulili noma bobulili. Ama-Anarchists abona ukuhlala kuma-communes kungenye indlela ebalulekile yokushintsha umphakathi. Kodwa ukuhlala endlini eyodwa kanye nabantu abayisishagalolunye kukodwa akusiso isihluthulelo ekusaseni elifisekayo. Okubakulekile ukushintsha indlela esibukangayo: sivulelane izifuba sisizane, singaphili ngokuphikisana futhi singasabani. Ukuba nabangani abaningi beqiniso kungcono kunokucasha esidlekeni somndeni. Singakwenza lokhu emisebenzini, emphakathini yethu kanye nasemakhaya ethu. (

UKUSHINTSHA IMPILO YANSUKU ZONKE

Ngaphandle uma singasizana (nathisizisize) singehla ukuphathwa uvalo, amaphaphu aphezulu kanye nokuzingabaza, sincane isidingo sokulindela ukuba omunye nomunye wethu aziphathe kahle futhi aqale ukwakha umphakathi okhululekile nokwaziyo ukusungula. Imiqondo yondlovukayiphikiswa kanye nokuzonda okungenangqondo kwabantu abaneminye imibala yesikhumba, oncukumbili noma ukwesaba izihambi ingxenye yesifo soquqaba emphakathini owakhiwe yilaba abanamandla ukuze basigcine sihlakazekile futhi ukuzivikela izikhundla zamandla abo kanye nomcebo wabo ongcolile nomayini egqugquzela abantu ukuthi bazinike yona bona qobo, futhi bacubungule ubuhlobo babo nomhlaba wonke imele igqugquzelwe. Nakanjani indlela yokubheka izinto zingashintsha ngokwanele ukuthi isinike ukuba sibenesibindi sokuthatha amandla siwabuyisele ezimpilweni zethu futhi ekugcineni sikhulule umhlaba wethu. (

Ukugovuzwa komphakathi kumelwe kwakhelwe esisekelweni sobungani!


Part of the African anarchism web page

For the latest news subscribe to anarchy_africa

Part of the
International Anarchism
web pages

 

[Main Index][Anarchist history][The Platform]
[Email lists][Organisations]


This page is part of the Revolt collection